SikephiApp Generation

SikephiApp Generation

Share

SIkephiApp is an android app of which it will be easy to maximize the impact of communication and pe

12/09/2022

Sanibonani ngomsombuluko
Zikhona izitimela ezisuka Ezimbokodweni nezibuya khona 0725;0727;0728;0732
Sikhona esisuka Kwamashu ekuseni nantambama
Kukhona nesiya e Tongaat ekuseni nantambama, Siyabonga

24/08/2022

Aziphazamisekanga nhlobo izitimela njengoba kubatshazwa ukuteleka. Uyoze usthole ntambama esiphinda Kwamashu naso tongaat ngo 17:10. besekuthi lesi ezisuka ethekwini ziye ngase south coast zikhona ngokujwayelekile noma ziphelela embongintwini.

11/08/2022

Sikhona izitimela esizosuka Kwamashu khona manje ekuseni size ngapha ko Moses mabhida station siphelele edurban station siyoze sisithole ntambama. Bese kuthi kulomzila ophelela esphingo station zikhona bagibeli ningasali zidlula ko Montclair station siphindela edurban station.

08/08/2022

Ezinhle kakhulu ngomhlaka 15 izoba khona imzila ezovulwa . Sikhona izitimela osukwini lwanamhlanje mawusuka ethekwini uze ngapha kosiphingo station . Sesiyasuka Kwamashu siza ngapha ethekwini bagibeli ningakhohlwa size siphinde ntambama .

05/08/2022

Bagibeli bezitimela ezinhle zithi maduze sowuthola umzila oya estenga . Ungasali mawukwamashu uza ngapha edurban station ngobaa sesiyasuka isitimela. Bese kuthi kulo mzila ophelela esphingo zikhona isitimela.

Want your organization to be the top-listed Government Service in Durban?
Click here to claim your Sponsored Listing.

Category

Telephone

Address

5 Walnut Road, Smartxchange
Durban
4001

Opening Hours

Monday 08:00 - 16:30
Tuesday 08:00 - 16:30
Wednesday 08:00 - 16:30
Thursday 08:00 - 16:00
Friday 08:00 - 16:00