Maskandi Updates-Platform
Contact information, map and directions, contact form, opening hours, services, ratings, photos, videos and announcements from Maskandi Updates-Platform, Musician/Band, Durban.
28/09/2024
Mthandeni sk ft mawhoo
Gucci🔥✍️
28/08/2024
Bathi abalandeli bayabonga maQhawe ukubaqhubisa unyaka🙏, sekukhipha abaculi bangempela manje, sebezonibona Ngonyaka ozayo Uma amahlaya nizobe nisasewo😂.
wefoshuna
Ngicela ningipha number kaNGIGA ngifuna kumu Interview naye🤣
Udaba olusha esiluthola manje ngomunye wabaculi uthena asimufihle.. Siphe indlebe mlandeli Ka Maskandi.
Uyasethulela omunye wabaculi (hiden name)
Uqala kanje..
Bhuti ngiwumculi kaMaskandi mina, lesisenzo sika BOBO Mfanawepiki Sibaningi esinakho ezifubeni zethu kodwa angeke siphumele obala sonke ngoba sisaba ukuthi kuzomosheka okuningi phinde futhi kudungeke imqondo yabalandeli kodwa buningi ubuqili ngabahleli bemcimbi, okubandakanya omunye wabaculi.
Ngiqale Lana nje bafo, lemcimbi enemncintiswano ayikho bafo leyonto kulemcimbi akabibikho umuntu owinayo lapho 🤞, imfihlo leyo bafo engeke iphume kalula kodwa onamehlo uyabona futhi abanye bayazi. Istrategy leso mfokababa esenziwa kube nento ekhweza omunye umculi kube sangathi ungaphezulu kanti cha uwumngani vele nabahleli bemcimbi futhi yena usuke elazi lonke iqiniso emakhoneni. Ngiphawula nje ngoba sengibone labahleli bemcimbi bephawula bevikela umculi osolekayo kanti vele thina siyazibuza sonke ukuthi yini lomculi asondelane kangaka nabo kanti kuhlangenwe ngobuqili.
Bafo akekho umuntu owinayo kulemcimbi yembili (Impucuzeko Kanye ne Khuphuka Nezakho). Zibuze ukuthi why? mhla! kuwinner Amageza Amahle, kwaba nesixokoxoko, Agcina engawutholanga umklomelo wawo Ryt!.. Yini mase ku Winner UNjoko futhi namanje lutho Imali 100K Ehh!.. Uzothula naye ngoba uyisincelamthondo salomculi obandakanya kuyoyonke lento" kusho lomculi.
Uqhube wathi - yini Impucuzeko ingabanga nomncintiswano kulonyaka after kokuthi lomculi athi yena usamile kwimncintiswano??.. Ubonile angithi bewungekho? Qede yena lowomculi wathi uzobuyela kuyona, uzobonak next year uzobakhona lo umncintiswano buka👀🤞.. Ngoba sekbuye yena, yingoba naye mabehlela abahleli bemcimbi naye ubeka uvoo' bese kudlalwa ngemali zabalandeli kthiwe abathenge Ama ticket abhalwe umculi , kudlalwa ngabantu ngoba I strategy leso, vele abalandeli bazokwenza njalo kuwine yena vele, 2023 kwaWinner kwiKhuphuka but vumbu lomculi cz leyamali ayikho.
Click here to claim your Sponsored Listing.