H.A.P Production
Hlangana Art Production H.A.P Media TV
23/09/2025
# Happy Birthday Mnyovu Uyatinyela SA
22/09/2025
mhlaka 30 December kuwolonyaka sengisho kulezi nyanga embili esele bese sishayi count down laphana Kwahlathi.Crech Kwi Music Poetry Festival. Amaciko ayobe eshoyela inkundla nanka esthombeni neminye yemi niningwano kusesthombeni ayidibaneni khona
22/09/2025
Usekuqinisekisile Shenge WaseHlalankosi ukuthi ubesengozini yemoto izintatha zanamuhla ngabo 4am ngase Estcourt ku N3. Ngomusa nothando Luka Nkulunkulu akathintekanga kakhulu imihuzukwana nje
Isilo iNkosi uMisizulu kaZwelithini esekhwele wadilika kuMusa Xulu kanye noSABC
07/09/2025
nithini bathandi bakamaskandi ngaleskhulumo sika Ntencane Wamagitara Music
07/09/2025
Nansindaba layikhona laphana kwa Jackson's lifestyle ngomhlaka 20 September kuzobe kukhona Amaqwabe Twins kanye no Vusi Nova ihlelwe uNtombeziningi ningaphuthelwa
31/08/2025
Xolisani Mbeje ukhala ngefacebook account ekungeyona eyakhe ezenza yena ethuka bantu. Uyacela niyiyeke leyonto nifaka yena enkingeni nimuqhatha nozakwabo
31/08/2025
leli elishiwo ngumfoka Nyembe babhemu kuliqiniso elingephikwe futhi kuyafunake ukubambisana izandla mazigezane sabandawonye sonke
31/08/2025
Asiwuhlabe siwulawule umkhosi naba besonela umnambithi lento yokuntshontshwa kwemoto asiyazi thina lana emnambithi ukuthi ifika nobani asazi kodwake ngokubambisana somazi. Sacela obona lemoto azise amaphoyisa noma aye kwa Jackson lifestyle eyobachazela ukuthi ikuphi or uyibonephi kunomkomelo okhishiwe
28/08/2025
MENZI MUSIC uthilindelani nanku umsebenzi usendlelni okungumsebemzi westhathu ngaphansi kwegama le MENZI MUSIC