2 colour

2 colour

Share

Kindly πŸ₯Ί
Follow up😊✨❀️
"it'x 2 colour"πŸ™ƒ

28/02/2024

[OCINGWENI]

Mina: πŸ“ž β€œHello.”

Umama: πŸ“ž "Anibambi Ngani Phone? 😟 Niyadina Yazi Nina! 😑 Ngihlangabezeni Estobhini Sengiyaphuma Edrobheni, Niphathe Ibhara!"

[ESTOBHINI]
β€œSenimeleni Lapho? 🀨 Wozani Nizohlisa Umthwalo!.”

[ENDLELENI]
β€œNibambe Kahle, Kuyadura Ukudla. Letha La Le Plastic Lase-Shoprite, Linezinto Zami. 🧘 Ubani Onike Ingane Amaqanda? πŸ™†πŸ½β€β™€οΈ Azofa! 😩Angazi Nizowathenga Ngani Ngoba Anisebenzi. πŸ˜’ Le Plastic Elimnyama Ulibambe Kahle, Kunezinto Ezifayo Lapho! Musani Ukungishiya! Ngikhathele. 😴 Ungagijimi Wena, Uzowa Ufe! πŸ˜²β€

[EKHAYA]
β€œHawu! Hawu! πŸ™†πŸ½β€β™€οΈ Le Ndishi Lokhu Ngiyishiye La Izolo, Lokhu Niyayeqa! 😳 Kwashisa Kangaka La Endlini, 😩 Anivule Amafastela Sizofa! 😡 Kwangcola Kangaka! Kanti Benenzani Imini Yonke? 😳 Kudliwani? Ngaze Ngafa Indlala. 😩 Aningikhumule Izicathulo, πŸ‘‘ Anilethe La Lama Plastic. πŸƒπŸ½β€β™‚οΈ πŸƒπŸ½β€β™€οΈ Sukani Phambi Kwami, Angiwathenganga Amaswidi, Bekugcwele Edrobheni. 😏 Kunenyama Esalile La, Awuhlephulele Izingane. Aningilethele Amanzi Abandayo, Ngiyafa Ukushisa. πŸ˜” Ubani Oshiye Le Nkomishi La? πŸ€” Izitsha Anizigezanga Ngani? Anilethe Ibhakede Ngizochama, Ngeke Ngisafika E-toilet, Ngiyafa. 😲 Zidlile Izinkukhu Zami? Phela Nina Ningahlala Ningaziphakeli! πŸ˜• Hambisa Nayi Imali KuMaSithole Ngingaze Ngiyidle, Thatha Nasi Isjumbana Sikabhanana, Ufike Umnikeze. Ungibongele Kakhulu. 🧐 Seyiphelile Imali? Angisenalutho Niyabona? πŸ€·πŸ½β€β™€οΈ Awuthi Ngiyophumula, Ngikhathele Bekugcwele Edrobheni. Ningilethele Ukudla Kwami, Ngizodlela Ekamelweni. Ngiyafa Ikhanda. Ake Ninyakaze, Nisibonile Iskhathi? β€˜Yazi Kungcono Ukuhlala Wedwa. 😏 Aningenzele Itiye. πŸ˜‹ Inkosi Benenzani Ngoba Kungcole Kanje? πŸ˜‘ Namanzi Ami Okugeza Aningichithelanga. πŸ™„ β€˜Yazi Ngcono Ngife Ngiphumule. πŸ˜β€

* * *
Mina Ngithi Abazali Abavalwe Bengasayi E-town, 🀚🏽 Akuvalwe Nemali Bengasaholi Because Wow! πŸ˜‚ 🀣

Want your public figure to be the top-listed Public Figure in Pinetown?
Click here to claim your Sponsored Listing.

Category

Website

Address

Pinetown