Senzo fm
Umuntu uyahlonishwa noma engenalutho🫂.
29/11/2024
Iphumile ialbum yenu mabhinca wonke jikelele🔥Niyacelwa ukuthi niyithenge ezitolo zomculo ezisemthweni...zikhona zonke ingoma zimnandi uhlaba lapho othanda khona 🔥ihawu elivusa uhlevane ungashaya abantu ubaqede ngenxa yengoma🤞🏻uthando uzoyithola ingoma yalo...
MthaMthandeni SKMthandeni SK
11/11/2024
NGABE UZIGWAZE NGOWAKHE UKHUZANI?
Ngemumva kwenkulumo ka khuzani abanayo ekhasini lakhe,ukhuzani uveze ukuthi umthobisi sthole oyintatheli yephephandaba ilanga wuye kanye omputsuzela indaba zokuthi ushintsho olukhona kwi top ten yokhozi lwenziwe ngenhloso yokuvalele ialbuma yakhe ezophuma.
Akugcinanga lapho kuphinde kwathinteka ne Gama lika tshatha ugodo,okuliqiniso eliqanda ikhanda ukuthi umphathi wokhozi akamfuni sdalo ukhuzani..Ngabe lokhu kulibekaphi ikusasa lika Tshatha emsakazweni?Engahamba naye njengo ngizwe?
BEST MASKANDI UKHALE WEMUKA NAYO UBHUTI WASO PHONGOLO
Gatsheni Igagu LasoPhongolo
Siyakubongela bhuti omdala."Nhiyabonga kakhulu South Afrika kusemzweni wami ngelinye ilanga ukuphakamisa umaskandi uhlonishwe njengmanye ama Genre🎤.
Amazwi ka Gatsheni okuzibongela kini South Africa 🤝🏻🫵🏻
fans@top fans
Umuntu akalahlwa 👀 yibuyaaaaa!!!!
Bo dadewethu no bhuti abathanda ukusakaza Iradio imnandi iyaphilisa kodwa ifuna sengathi unga depend kuyo kuphela ngoba kunama challenges amaningi kakhulu...Ngikusho lokhu ukuze nibe ne clue yento enifuna ukuyenza 072/064 yizo lezo number zika what's ap wami
Angiziboni mina ngisebenza komunye umuntu,ziyanyuka indonga kukhona okulungayo
Click here to claim your Sponsored Listing.
Category
Contact the public figure
Telephone
Website
Address
Mhlupheki Street
Daveyton
0001