Maphumulo Entertainment FILMs
films studio we are producing music videos & story series.even trending story around maphumulo
Shout out to my newest followers! Excited to have you onboard! Philani Zuma, Siphamandla Ndlela
Ngibonge kakhulu kubahlali bakwaMaphumulo ngoku-like ipage lethu size sihlanganise u1k wama like sibonga siyanconcoza...
Yebo ipage lomsebenzi likhona umsebenzi ongekho. Syafisa nathi ukuvuka sithathe kodwa okwamanje sibanjwe izinkinga ekuthenini kungasebenzeki.
Kuyolunga kodwa sohleli sihleli ethembeni
SIYABONGA🙏
👋 Sibingelele Maphumulo wonkana.
Siphile nje ku2021 silindele izexwayiso futhi senze ngendlela ezobe zisenza sibe nempilo encono..
Singayeki ukuhlala emkhulekweni sicele umdali asisize.
Sibonge kwabasanda kuLIKE leliPAGE lethu..
Ngibingelele Maphumulo..
Manzini GP Zungu Syethemba Cela amanye ama-Post amaciko akithi KwaNgoni nazo zonke izinto ezihlanganise isizwe sakithi KwaMaphumulo ndawonye,nivumelekile ukuth niwaPost kuleli-PAGE le Maphumulo Entertainment FILMs
Click here to claim your Sponsored Listing.
Category
Contact the business
Telephone
Website
Address
VIMBUKHALO
Mapumulo
4470