Edwin Prepaid meter installation

Edwin Prepaid meter installation

Share

23/04/2025

P**a * rain kings and queens

Uthi bewazi ukuthi nasamanzini kukho inkosi eziphethe , futhi ziyazana , awuzi buzi ngani ingwenya ayiyidli ngani imvubu ?
* ingane zamanzi ziyaconecter noma zikuphi , uyamuzwa nje ukuthi lona umakhosi
* uma ngizohlangana nenkosi yomoya edolobheni uyomuzwa esekudeni ukuthi ukhona umuntu ozayo futhi naye uzokwazi
* ingane zamanzi ziphupha kakhulu amacelebrity ,politicians abantu abadumile kungoba nazo ziya lapho , abadala bakukhombisa ukuthi uhamba nosodumo wamakhosi
> uma ngithi makhosi s**a ungenwe ngabantu nezithunywa eziningi kabi

Namhlanje asibheke udaba lwenhlupheko

Kukhona ukuhlupheka okuthweswa abathakathi ngamabomu bakuvale unye nyi kubemnyama emuva naphambili

-kukhona ukuhlupheka okuza nezidalwa ezazisokola zisaphila ungenwe ngomasaka odoti bamadlozi uhambe upatazela ngenyawo egoli kube uthwasile kodwa ayikho nemali yokuthenga izihlangu
-kukhona ukuhlupheka okwenziwa abantu bomndeni. Yila abahlakaniphile abaphehla amanzi amnyama idlozi libheke bona bodwa
-kukhona ukuhlupheka okwenziwa ukubangwa zidalwa. Noma
ukungabikwa ngendlela efanele
-kukhona ukuhlupheka okwenziwa ukuhlala ekhaya
elingahlangene nawe,lokho kwenza izidalwa zakho zibe
ngaphandle kwesango.
-kukhona ukuhlupheka okwenziwa zilwane nezipokwe ezigcwele
ekhaya ondofa lezituhwane
-kukhona ukuhlupheka okwenziwa ukuphikwa ubaba wakho.
-kukhona kuhlupheka ozifaka kubo wena ngokungalaleli
okuhambisana neziqalekiso nezibopho kanye nezifungo
ozakhele wena.
-kukhona ukuhlupheka okubangwa izinhlambululo okumele
nidlule kuzo niwumndeni no through way kumele udlule eenhluphekweni uthanda ungathandi
-kukhona ukuhlupheka okubangwa ukuziba umsamo kanye
nokuncisha abangasekho ukudla.
-kukhona ukuhlupheka okubangwa izithwalo ezikhona
emndenini.or ezazikhona emndenini ezidla izinhlanhla
zomndeni

Ngikunikeza I task ungazobuya uzohlola ungela lwazi oluphelele ngehistory yakini
Uma ubaba awumazi fika usho , umabekulomlaphi isho phela , uma uphuphunyelwe yisisu isho
Lo

16/03/2025

Ngifuna intombi esekudlalwe ngayo kakhulu 😭 engasathembi lutho 🙏

Want your public figure to be the top-listed Public Figure in Secunda?
Click here to claim your Sponsored Listing.

Category

Website

Address


EMbalenhle
Secunda